
#Jabulu Jule - Tea Time - Undodakazi wami wathunjwa ngabantu abangaziwa bafuna R25 000 indawo Emtuba - 07 October 2026
Ngyabingelela mam DUDU nabalaleli bo KHOZI FM. Mam Khoza Ngicela ukuba u anonymous kuloludaba. Ngingowesfaze oneminyaka engu 38yrs. Ezinyangeni ezine ezedlule ngalahlekelwa undodakazi wam Okusolakala ukuth wathunjwa ngabantu abangaziwa abamthatha egcekeni ekhaya ngezikhathi zakusihlwa Kwathi ngosuku olulandelayo kwafona owesilisa ongazichazanga wathi nguye othathe undodakazi ucela simfakele imali ewu R25000 ukuze amdedele makungenjalo somthola eseshonile. Salubika udaba emaphoyisen afika athatha isi statement azama ukulandela amafoni lapha eyekhomba ukuthi adonsa khona. Abangabuya nalutho…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.