skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulu Jule - Khazozo & Big Zulu - (Disability Rights Awareness Month)- 10 November 2026

Khazozo & Big Zulu (i1000)

I Ningizimu Afrika igubha iNyanga Yokuqwashisa Ngamalungelo Abantu Abaphila Nokukhubazeka (Disability Rights Awareness Month) minyaka yonke kusukela ngomhlaka 3 kuLwezi kuya kumhlaka-3 kuZibandlela. Namhlanje sivakashelwe insizwa yaseNewcastle engaboni emehlwweni kodwa inephimbo nethalente elimangalisayo lokushaya isiginci.

sihleli no Khazozo Cebolenkosi Bongani Makhaza, okhuthaza abantu abaningi ngohambo lwakhe lomculo. Indaba yempilo yakhe iwubufakazi bokubekezela, ukuzimisela kanye nothando olukhulu analo ngomculo.

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.