skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulu Jule - Tea Time no Lady D - 01 June 2026

Angibingelele Mam Khoza, nginoMama bezingane abathathu nezingane ezintathu. Ngangigijima ngezikhathi zami ngisemusha manje sengimdala sengizinikele enkosini. Ngibe sengibona imbali enhle ekholwayo ngayilandela. Lentokazi, ayinayo ingane futhi sengiyilobolile ngoba ngibone sekuyisikhathi sokuthi ngishadelwe ngibe nomndeni, ekhaya kubo bangamukelile kodwa ngapha ekhaya umndeni awuboni ngaso linye ngoba bafuna ngithathe omunye womama bezingane othandwa yibona kanti mina sengizibophezele ukuqala umndeni nayo lentokazi. Ngiyafisa ukwazi ukuthi kuyicala yini 10 min

ukushada nomuntu ongenayo ingane…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.