
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 24 July -
Sanibona basakazi bam
Ngingowesilisa oneminyaka engu 40.Ngithandana nowesifazane(umama
womntwana wami) Ngo 2017 sahlala ndawonye njengoba sasihlala ngokuhlukana
eGoli ekuqaleni.
Nansi inkinga. Sasihlala ngokuxabana size sibekane isandla kodwa emveni
kwalokho kubuye kimi ukuthi nento ebesiyibanga ibingatheni.
Ubethi mayehamba abantu ababonayo,bamtshele ukuthi ngeke alungelwe lutho,
okubalwa nobudlelwano bethu ngoba kumele ayothwasa kuqala.Wayethi uma esho,uyazi ukuthi kumele ayothwasa.
Ngomhla ka 20 January kulonyaka wavele wahamba waya kothwasa.Nginenkinga-
ke ngoba sesishayile isikhathi…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.