
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 22 April 2025
Mama wakwa Khoza ngibhalele ku Tea time ngoba ngixakekile,Ekuzalweni kwethu asigcinelwanga usiko lwako malume, kanti nobaba wethu wayengasi hlawulanga. Zike zabakhona izingqinamba eziningi engike ngahlangabezana nazo, bengiloku nginganaki ngoba bengingako hlakaniphi kangako futhi emuva kokudlula emhlabeni kuka gogo akekho obezikhathaza ngathi, ngisho nezihlobo bekungebona abantu esingakhalela kubo.Isimo sasekhaya asisihle indlu iyanetha kuningi kakhulu okudinga ukulungiswa nakubona ubudlelwane bezothando kuyabheda manje angazi noma lokhu kuba nomthelela yini ngoba vele kungalungi yonke into…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.