
#Jabulu Jule - Tea Time - 09 June 2026
Mam Dudu liyangishisa lelitiye, ngiwu anonymous. Ngiyindoda esebenzela kude nasekhaya, ngibuya kathathu noma kane (4) ngonyaka ngenxa yokubambeka emsebenzini. Uma ngigodukile ngizizwa ngiyindoda ngithandwa ngoba ngithola ukunakwa nokunakekelwa ngayo yonke indlela. Inkinga yami yaqala ngizithola ukuthi ngiyagula ilezizifo ezikubamba amasonto ambalwa bese ziyakudedela. Ngangilokhu ngithi izifo zokukhula kodwa uma emtholampilo sekuthiwa ngino STDs ngabona ukuthi kunakele ekhaya ngoba mina anginaso isikhathi sokulandela amantombazane azodla imali yezingane zami. Umama wezingane zami angikaze…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.