
#Jabulujule - Tea Time no Lady D - 11 February 2025
Ngiyabingelela Mam Dudu Khoza nethimba lonke laJabulujule.Ngibhala nje la kwehla izinyembezi ngidunyelwa ikhanda umuntu uhlale ecabanga ubsku nemini ukuth engab isimo soshintsha mhla kunini. Ngicel ungimemel abaholi bezemfundo baseKZN ukuthi bezochaza kahle ukuthi kungani kanti benga-siqashi? Zonke izifundazwe zihlalale ziwakhipha ama post isonto nesonto koda lutho leli lakithi kungani? Kuye kuthi noma umuntu ebona amapost akwezinye izifundazwe a nga-apply inhliziyo yophe kakhulu ngoba kusuke kuyi hand delivery iningi lamapost kulezo zifundazwe. Pho-ke umuntu ngisho kuthiwa uyathanda futh uya…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.