skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 22 October 2025

Ngibingelele Mam Khoza nomlaleli ngathi ngilele ngaphupha sise khabo mama siwumndeni nje nomzala nabafowethu siphelele sonke,kwaqhamuka ugogo wathi nangu umakoti engivezela owesifazane engingamazi wase engipha umtwana womfana ,ewuuuu ngajabula khona lapho ephusheni ngasengiphaphama , Mam Khoza nomlaleli ngangempela kwenzekile ngahlangana nowesifazane nakhona kwakungathi umuntu ekudala ngamazi, ngayibika kuyena sazwana futhi sagcina sihlangana simbatha ngengubo eyodwa, sahlangana kakukodwa nje voooo sagcinana lapho nalomuntu ,mam Khoza lona wesifazane uqhamuke esevumbuka ngo July wathi mina…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.