
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 6 December 2023
Ngiyabingelela mam Khoza nethimba loKHOZIFM nomlaleli
ohmab phambili, ngenkinga Mah angazi noma ngiqale kuphi angazi,
ngingowesifazane ona 29,ngifundile nje impela yikho nje ukthi umsebenzi angutholi.
Nayi inkinga yami Mah, ngi first born ekhaya sizalwa sibabili, ubaba sewashona
sasala no Mah, uBaba wayeyi phoyisa, sasijabule ekhaya then wa cheater uBaba ,
emuva kwalokho lokho impilo yajika waba physical abusive ku mama wethu...
Kwaze kwaba uyadlula emhlabeni uBaba ngo 2009.(angazi noma ngifela ukufana no
baba yini)
Sakhula nje sikhuliswa uMamah ngaphasa uMatric ngayofunda Ongoye, by God…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.