skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulujule - Tea Time no Lady d 19 July

Ngibingelele kuwena Mam Lady D kanye no Khozi ngisacela

ningifihle mina ngingo wesifazane oneminyaka engu 26 sengineminyaka emithathu ngishadile Kanti futhi selokhe ngashada angijabule neze.

Inkinga yami ukuthi umyeni wami usebenza kakhulu ngale ndlela exakile kuze kube

ukuthi isikhathi sami akanaso nhlobo, umyeni wami ungumakhenika wezimoto futhi

leli business lakhe limatasa ngempela ngoba ngosuku uyangenelwa izimoto ezinhlanu

noma ngaphezulu ezinye uyakwazi ukuzilungisa ngaleso sikhathi kuthi ezinye kumele

zihlale Kanti futhi usebenzela khona emzini wethu

Ekuqaleni kwakungijabulisa ukuthi…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.