
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 22 August
Ngibingelele kuwena Mam Khoza nethimba lakho nabalaleli
bomndeni woKHOZI FM. Ngingowesifazane osemncane osazimisele ngokwenza
okuhle ngempilo yakhe, nginenkinga Lana kushuthi angiqale Lana ngisemncane
ngila ko 8 years ngadlwengulwa nguBaba wami ekwenza lokho
ephindelelela, lokho kwaphela mhla uMama wam eshiya umendo ephindela Kubo,
akaze ngiyixoxel muntu nendaba ngaleso skhathi ngoba baba wayengithembisa
ukungibulala.
Kubo ka Mama, kushuthi ngithe ngifunda grade 11 ngibe sengizithola
sengisemathandweni nomfana wakhona ngasekhaya. ekhaya ke bebengayizwakahle indaba Yethu kodwa Mina…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.