skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulu Jule - Tea Time no Lady D - 17 June 2026

Nginenkinga la 4yrs back ngasukelwa uMakoti wakwaMakhelwane uthi wazaliswa ubaba omdala wezingane zami, kuthe kunosiko Kubo kamyeni wami. Kuthe Sekusondele usuku lokuthi kwenzelwe ingane yami usiko AFIKE kimi 10 min

umakoti wakamakhelwane athi ucela ukuthi Uma sekwenzelwa eyami kufakwe neyakhe, ngase ngithi ngicela ahambe akhulume nobabo mdala Kube uyena okhuluma nomyeni wami, angakwenzi lokho ngoba ufuna Kube imina engitshela umndeni. Lufike usuku lokwenza usiko zenzelwe ingane, isale eyakhe ngoba akezanga ukuzozikhulumela. Ngakusasa afike uMakoti wakwaMakhelwane, uzongilwisa ngokuthi…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.