
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 25 November 2025
MAM Khoza ngiyabingelela ngicela ukungazisho igama ngingowesifazane oneminyaka engu 30 ngalotsholwa ngo 2019 ngambeswa kushoda usuku lomshado nginabantwana ababili, kunezinto esiye sizwe kwabanye abantu kodwa lokhu kushaya emzini wami ngqo. Mam Khoza nomlaleli nginenkinga lapha,ngilalwa isilwane sengiphile isikhathi eside nalenkinga ngiya kubantu besizulu kodwa bengilahla isilwane kwathi ngelinye ilanga ngaphupha kuthiwa angiyolahla isilwane bangiyalela omunye ubaba ngase ngiya komunye obonayo wathi angiyobuza umyeni wami ukuthi yini lokhu angenza khona ethi uqinisa umuzi wakhe.Izinkinga…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.