skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 9 February 2026

Ngingowesifazane ona 35, nowahlukumezeka kakhulu othandweni. Ngendlela engahlukumezeka ngayo ngangithi ngeke ngiphinde ngiqome. Kuthe ngonyaka owedlule ngajwayelana nomunye wesifazane ngala ngihlala khona engangimazi ukuthi uthandana nobulili obufanayo. Sibe abangani isikhashana wabe esengicela ukuthi sizame ngakwezothando. Ayi bo, angiyazi mina impatho enje!. uyazi kwavele kwangathi ngiyaqala ngqa nokuba sebudlelwaneni. Angikaze ngizizwe kanje ngaphambilini ngisho ngisathandana nabantu besilisa. Into engihluphayo nokho ukuthi udaba ngizolubeka kanjani ekhaya ngoba balindele ukuthi ngigane…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.