skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#JabuluJule - Tea Time no Lady D -14 April 2026

Ngicela ungifihle, ngashada ngimncane ngisebenza kahle ngiziphethe kahle. Ngangena emshadweni ngingenangane, ngashada nendoda enezingane eziyisihlanu kodwa yayingifihlele ngazo ngathola siqeda ukushada. Umyeni wami wayebamba eyeka ngemisebenzi yama tender, kuyimi omise ikhaya ngezidingo zanyanga zonke yena engafaki ngisho isenti elimnyama. Bengizama ukubekezela, ngaqhubeka ngamthanda futhi 5 min

ngimhlonipha noma engangitshengisi thando kimi, ngibekezele ngisho engishiya ngedwa sengikhulelwe ahambe amasonto engabuyi ekhaya kodwa ngahlala ngoba ngimthanda. Usevele wavuka nencane intombazane…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.