
#Jabulujule - Tea Time 24 June 2024
Ngibingelele Mam Lady-D nethimba lakho, ngithe angedlulile nami
okusenhlizweni yami, ngiyazi baningi abahlezi bebhalela kuloluhlelo le Tea time, angazi nokuthi
ngiqalephi , inhliziyo ibuhlungu ngoba sengingenil Phakathi kukhona okuyizimpawu kpdwa angizange
ngizinake.
Mam Khoza, ngisebudlelwaneni futhi sishadile ngokwaka (home Affairs) ulobolile waqeda then
wambesa, then sayobhala, angazi noma ukuvaleka amehlo uthando yini.
Siqale ukuzwana ngonyaka ka 2012 uze walobola ngonyaka ka 2021, bese wambesa ngonyaka ka
2022. Abukho ubudlelwane obuhlezi buhamba kahle kuba khona ukungaboni ngaso linye…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.