skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 9 October

Ngiyabingelela kuwena Lady-D nabalaleli bosakazo UKHOZI FM,

ngingowesifazane bengizocela ukuthi niligodle igama lami.

Ngibhekane nenkinga lana, ngizithola ngibishile ezikweletini ngenxa yomlisa ebengikade

ngisebudlelwaneni bezothando naye, lona wesilisa wangicela ukuthi ngimtahthele (loan ewu 80k

)ngoba yena akakwazi ukuthatha isikweletu ebhange, ngamtahthela mina ngagama lami ngoab ethi

ufuna ukukhulisa ibhizinisi lakhe lokuthitha izingane, ubekade ehamba ngemoto encane esefuna

ukutehnga ikhumbi noma itekisi.

Uma uthandana nomuntu umbona ukuthi uyazama, uye ufise ukumlekelela nami ngenzek…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.