
#Jabulujule _ Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesilisa onenkinga noMama wengane yakhe. Umama wengane akafuni ukuthi lowesilisa ayibone ingane futhi ingane yazi ukuthi ubaba wayo.
Ngibingelele Kuwena Mam Khoza nakumlaleli womsakazo UKHOZI FM, ingama lami ngingu Jabulani wakwa Masikane, ngingumshayeli wetekisi ngineminyaka engamashumi amathathu nesithupha (36 years) , ngidabuka endaweni yase Nquthu Ezicole, ngathandana nowesifazane wakwa Dabhazi, ngonyaka ka 2014, ingane wayithola ngonyaka ka 2015, lona wesifazane wathola omunye wesilisa bathandana kanti mina wasengixoxele ukuthi sengimkhulelisile kuthe engathola umntwana wathi angeke anginike lomntwana mina ngingu lopholo.Ngonyaka ka 2020 umngani wakhe oyedwa wangakubo wangifakela isithombe sengane wathi isono lesi…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.