
#JabuluJule - Tea Time no Lady D - 13 April 2026
Sawbona mam Dudu Khoza, Ngicela ningifihle Ngingowesifazane onenkinga lana. Ngithandane nomlisa iminyaka ewu 21 yonke wagcina eba umyeni wami...kuthe last year ngalonyaka impela ka 21 kwavele kwafika intombazane empilweni yomyeni wami yamdlisa yangifaka isichitho mina yase imuthatha umyeni wami yamqashela indlu eMayville iskhathi esiwu 3 months emuva kwaloko wahamba waya eGoli yangikhipha intombazane kwaphela duu ngami endodeni yami esengiwe ngivuka nayo. Inkinga yami enkulu ke yilena yesichitho engafakwa Sona yilentombazan asivumi ukusuka senza kubenzima nokuqhubeka nempilo impilo yami imile…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.