skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 10 November 2025

Ngiyabingelela Mam Dudu ngibingelele nakumlaleli woKHOZI FM.Udaba lwethu luthanda ukuba lude futhi lunzima, uma kufika lesikhathi sika December okuyisona sikhathi somndeni, uma ngicabanga udaba lomndeni kuvele kuvuka ubuhlungu kumina kakhulu. Lude loludaba Mam KHOZA kodwa ngizokha phezulu, ngonyaka odlule kwadlula umfowethu ngendlela esingayiqondi, asazanga imbangela yokufa kwakhe ngoba lona owayesesibhedlela naye okungu mamncane wethu akakhulumanga noam asinikeze ingcazelo noma umbiko oqondile kuningi abekusho.

Inkinga ebinzima kakhulu ngomfowethu ubengenayo ifuneral cover , okwaphoqa ukuthi…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.