
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 25 July
Nginomuntu engithandana naye kusukela ngo 2021.ngiyamthanda ngayiyonke inhliziyo yami,uyangthanda naye savumelana ukuthi sizohlala ndawonye ngoba
sonke sise eNewcastle kuzozama impilo.Inkinga yilana:lapho ubesebenza before
ubehola imali incane, so ngacabanga ukumzamela umsebezi lapho engisebenza
khona and kwasilungela lokho ngisebenza naye manje.
Ngavuma ukusebenza naye ngoba ngiyamthanda and akekho omunye engithandana naye. Kodwa noma kunjalo
sinenkinga phakhathi kwethu and sizamile ukuyilungisa kodwa okwamanje
ngiyabona siyahluleka and anginayo injabulo empilweni yami. Sixabana njalo…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.