skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulu Jule - Tea Time no Lady D- 08 June 2026

Ngiyabingelela mum khoza, njengoba ngibhala lendaba nginamahloni. Ngahlangana nomuntu engangithandana naye e rank e pinetown. Nami ngabona uswahla lensizwa ngathatheka. Wathi eqala engicela ukuthi siyophuza Ikhofi ngase nginqumile futhi ngibonile ukuthi kuzoba umyeni wezinkomo Kushuthi ngokuhamba kwezinyanga ngazithola ngizithwele ingane yalo uswahla lensizwa, ngahlala ngalinda ngosuku eyethembise ukuthi uzovela ngalo ekhaya, akazange afike kunalokho wangitshela ukuthi ushadelwe. Angikaze ngimbone efake I ring ngisho mhla siqala ukubonana, akaze ayithi vu leyo. Sengamukela ukuthi ngadlalwa…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.