skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 12 June

Nginengoduso ena 29 years mina ngina 32. Sina 5 years sithandana. Silungiselela umshado ozoba ngo December kulonyaka. Inkinga ila ekutheni inkonzo yaseKamerweni inokungahambi kahle and uhlezi ekhala ngokuth akajabule. Sengzame konke, Ngidla ama philisi oku booster, Ngyachatha ngezimbiza but lenkinga yokushesha ngfike ayinqamuki. Sengicabanga nokumvumela athole indoda ezomfikisa kuvuthondaba but siqhubeke sishade senzele umndeni namehlo abantu. Ngyamthanda kakhulu kodwa lento yokungamfikisi kuvuthondana inghlukumeza kakhulu. Zikhona yini izinsizwa ezibhekene nalenkinga? Zona zamisa kanjani?…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.