skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 14 January 2026

Ngibingelele kuwena Mam Lady-D nakumlaleli womsakazo UKHOZI FM, ngesonto eledlule ubaba uVVO Mkhize wakhuluma ngezibusiso ezivela kumzali, nokuthi impumelelo sikhanyiselwa yibo abazali njengoba kuqala unyaka nje. Mam Khoza angiphikisi lutho kule nkulumo kodwa esimweni lapho umzali engakufiseli okuhle, kwenziwa njani? Isintu sihamba sifike kuphi kubazali ekuthi noma izingane zabo zizama kanjani kodwa kungabi khona ukubonga nokuzifisela okuhle? Engathi uma uphumelela ungangemdluli yena.

Abazali bethu bayasilimaza kakhulu kanti lolo hlangothi alinakisiswa kahle. Mina sengamukela ukuthi akukho…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.