
#Jabulujule - Tea Time no Lady d 11 October
Sawubona MamKhoza nabalaleli bomsakazo uKHOZI
FM:Ngicela ningisize ngingowesilisa onenkinga.
Inkinga yami iqala lana , ngonyaka ka-1998 ngithandane nowesifazaneebengimuthanda ngenhliziyo yami yonke, kubo bekusendaweni yase-Harmmasdale
kanti nami bengihlala kuyona lendawo futhi ngisebenzela khona,akubanga isikhathi
eside sithandene ngabe sengithumela omalume kubo ukuba bayovela bacele isihlobo
esihle.emva kokuba ngivelile kubo ube esengibikela ukuthi ukhulelwe kanti
nezimpawu zokukhulelwa zabe sezibonakala impela.
Kusekuhle kunjalo ngimbhadame oqotsheni kubo nowesilisa owayekhulile kakhulu…
The skinny
The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.