skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 14 August

Ngibingelele oKhozini ngicela ukungavezwa mina ngingo wesifazane

oneminyaka engu 28 nginenkinga yokuthi ngo 2017 ngathandana nendoda eshadile kuthe ngonyaka lo

ophelile ngakhathala ukuba ikhwapha ngase ngiyamcela ukuthi angishade angenze unkosikazi wesibili

wavele wanqaba wathi akamdingi omunye umfazi okwaba yinto eyangidina kakhulu ngoba ngazizwa

njengomuntu abesemsebenzisa nje kuphela kodwa lutho izinhloso ngami

Ngasuka ngaya kwi nyanga thizeni eyanginika imithi ukuthi ngiyisebenzise endodeni nami impela

ngawusebenzisa indoda yaxabana nomkayo baze bahlukana wase ke ejola nami ngokuphelele…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.