skinny.

Latest / Jabulujule 9 -12

#Jabulu Jule - Dr Nonkulueko Madondo - (Plus Size Women) - 13 October 2026

UDkt. Nonkululeko Madondo ungumbhali, isikhulumi esikhuthaza siphinde sigqugquzele abantu (Motivational Speaker), kanye nomgqugquzeli wokuthi abantu bazamukele futhi bazithande izimo zemizimba yabo (Body Positivity), aphinde abe ngumeluleki kwezempilo yengqondo (Mental Wellness Consultant). Ungomunye wabantu abahamba phambili ekulweleni ukuthi abesifazane abanemizimba emikhulu (Plus Size Women) bazithande, bazethembe futhi bangazenyezi ngesimo semizimba yabo. Uphinde abe yingxenye ye-Angiyikuswela Therapy Foundation. UDkt. Madondo ubalwa phakathi kwabesifazane abayi-100 abanethonya eNingizimu…

Log in to save or queue this episode.

The skinny

The skinny isn't ready yet — notes appear once the transcript is processed.